Eyesizwe news

  • Home
  • Eyesizwe news

Eyesizwe news Inhloso Yesizwe Newspaper iphephandaba lomphakathi
(1)

Isexwayiso kwabase Colenso ne Bergville
31/07/2024

Isexwayiso kwabase Colenso ne Bergville

I Democratic Alliance ithi iyijabulele kakhulu inkulumo kaMongameli ngoba ingamanye yama policies awo.
19/07/2024

I Democratic Alliance ithi iyijabulele kakhulu inkulumo kaMongameli ngoba ingamanye yama policies awo.

Umkhonto ungene kwezwakala esizindeni se IFP ngesikhathi kunama by election  Newcastle ku ward 28 emajuba.
18/07/2024

Umkhonto ungene kwezwakala esizindeni se IFP ngesikhathi kunama by election Newcastle ku ward 28 emajuba.

18/07/2024

Usomlomo wephalamende uqinisekise ukuthi i mk iyiqembu eliphikisa ngokusemthethweni ephalamende.

Lizovulwa ngokusemthethweni namuhla iphalamende laseNingizimu Afrika emumva kokhetho lukazwelonke lange 29 May 2024
18/07/2024

Lizovulwa ngokusemthethweni namuhla iphalamende laseNingizimu Afrika emumva kokhetho lukazwelonke lange 29 May 2024

Iqembu le MK selihlonzwe njengeliphikisa ngokusemthethweni ephalamende likazwelonke emumva kokuba i DA iseyingxenye kaHu...
18/07/2024

Iqembu le MK selihlonzwe njengeliphikisa ngokusemthethweni ephalamende likazwelonke emumva kokuba i DA iseyingxenye kaHulumeni we GNU.
I Mk ithi isazoqhubeka nokulwela ukubuyiswa komhlaba nokunye. Lokhu kushiwo uHlophe esithangamini sabezindaba namhlanje zingu 18 July esihlanganisa i progressive caucus. Lapha sibala i Eff, ATM, namanye amaqembu.

Esithombeni ubaba uHlophe ongumholi we MK ephalamende.

Iqembu loMkhonto wesizwe lithenge itransfomer layifaka kwi VD yaseMzumbe Municipality ku ward 11.  Lendawo bese kunesikh...
18/07/2024

Iqembu loMkhonto wesizwe lithenge itransfomer layifaka kwi VD yaseMzumbe Municipality ku ward 11. Lendawo bese kunesikhathi ingenawo ugesi.

Ezithombeni sibona i transformer kanye neMk.

AFM in Mangaung Bloemfontein from Ladysmith
18/05/2024

AFM in Mangaung Bloemfontein from Ladysmith

Ibe impumelelo imashi ebeyibanjwe iqembu loMokhonto Wesizwe Party zingu 26 April 2024.  Lemashi ibesedolobheni laseMnabi...
27/04/2024

Ibe impumelelo imashi ebeyibanjwe iqembu loMokhonto Wesizwe Party zingu 26 April 2024. Lemashi ibesedolobheni laseMnabithi. Inhloso yalemashi bekungeyokuhambisa izikhalo eMkhandlwini kaMasipala uThukela eziithinta amanzi Kanye nendle. Okubalulwe kakhulu la ukuthi amathangi amanzi awahlanzekile kanti futhi nkuhlinzekwa kwamanzi akakuhle Kahle. Iningi lamatruck alisebenzi afile nokuyiwona okumele ngabe ahambisa amanzi emphakathini. Kanjalo kunezindawo ezichithekelwe indle. Kusenjalo uMnu Khoza emele uMkhandlu ulamukele Kahle uhlu lwezikhalo wathi bazohlala phansi bazicibungule. Babe sebe nikezwa izinsuku ezingu 14 ukuba baphendule.

31/12/2023

Happy new year

Address


Opening Hours

Monday 09:00 - 18:00
Tuesday 09:00 - 18:00
Wednesday 09:00 - 16:00
Thursday 09:00 - 16:00
Friday 09:00 - 16:00

Telephone

+27731688640

Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Eyesizwe news posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Contact The Business

Send a message to Eyesizwe news:

Videos

Shortcuts

  • Address
  • Telephone
  • Opening Hours
  • Alerts
  • Contact The Business
  • Videos
  • Claim ownership or report listing
  • Want your business to be the top-listed Media Company?

Share

How we operate

Inhloso Yesizwe Newspaper started operating in January 2013. We have three active members. Thokozani Ngubeni, Sifiso Shabalala and Mthokozisi Hlatshwayo. We also have Science Journalist Ms Zandile Ndlazi.

Sales team: Mr T Ngubeni and Mr S Shabalala who is also a publisher.

News team: Mthokozisi Hlatshwayo a Journalist -acting editor also work as Layout and design. We collect news and gather them than we publish. Our operation goes together towards the code of conduct where we respect the rights of readers. We as Inhloso we don’t publish personal stories for personal interest. We bind ourself to correct news, Truth, Our vision is to publisher news direct from rural areas and in our town. We give development stories, Crime, School, Spots, Science news etc.

Distribution: We use hand to hand strategy, taxi ranks, Municipality offices and so on.