Comments
Sawubona admin na balandeki bakho.
Ngicela ungi dlulisele lana please & hide my name, im a 27yr old guy from e Soweto. Ngicela ungi hlanganise nosisi odinga uthando okwangempela frm age 20 to 28 yrs ohlala ngase goli ngoba nami ngitholakala khona lana eSoweto/JHB ,noma angaba nengane or not akuna ndaba as long anginika uthando njheee.if ukhona o interested plz call/whatsapp on 062 179 0915. She can also like my status I will inbox her & PLEASE I dont need friends but a lover.
Also let me know wen u posted plz
Ngiyabonga mphathi!
Grizza
Hy guyz ngicela ukubuza ukuth uma uphupha izinto zengane yomfana kusuke kunjani umithi futh kulamasont ngiphuph ubhavu wengane oblue omuhle kusuke kunjan ningangiphoxi ngibhalil kwelinye lama page bangithuka.
Grizza
Helo admin othandekayo,nginenkinga engicela
ke ningibonise kuyona nginengane
yentombazane ena17 yrs iqede last year
eskoleni kodwa inengane manje ena8mnths
mina ngsebenzela kude nasekhaya yena uhlala
nocc wami omncane.Ingane yakhe eyomfana
kanti inezinwele ezinkulu futhi ezihlangene
ubesejwayele ukungfonela athi ingane
inamathumba kodwa beyihambise kodokotela
nobaba wayo libe ncono uma liphela kuqale
elinye khona ekhanda ngathi akamgunde
wanqaba wathi uyazithanda izinwele zakhe.
Ngthe ngbuyile ngamaholidi kaGood ngathatha
ingane ngayoygunda ngoba ngbona phela ukuthi
izwa ubuhlungu ngalezinwele haaaaa kwabe
ngimthintile wakhuluma izinto engesaba ngisho
ukuzisho lapha wathi bengingamxoshi ngani
laykhaya kunokuba ngigunde ingane yakhe
ngoba wayzalela yena lengane mina ngyam
underminer ngathi akahambi ngani pho uma
ebona ukuthi ufuna ukuhamba wathi oh
kulungile wafonela indoda yakhe wathi
ayzomlanda ngoba sengimxoshile ukhuluma
konke lokho njalo ngyamshaya kodwa akathuli
waqoqa zonke izimpahla zakhe wahamba.
Ngathi akalethe inumber akade efona ngayo
waybiza ngomlomo ngafona ngathi kuleyondoda
yakhe njengoba uzomlanda lapha what ever
olwenzekayo ningabe nisangthinta ngalvala
ucingo.Kanti into ebengiyinotice kuye
ubesethanda ukuhlala yedwa futhi ehlala
enolaka ngaze ngacabanga ukuthi ungenwa
isatanism ngambuza ngelinye ilanga ngathi
kukhona yini inkinga anayo wathi cha ngathi
njengoba esakhulisa ingane kunganjani ukuthi
aye edriving school wathi uzosho uma eseready
but hhay manje wathi ufuna ukwenza transport
and logistics ngathi akabe eya koMaritime ebe
efunda khona ngoba uthi uthanda ukuba itraffic
corp wathi aybekephi ingane ngoba baziyhlupha
ngagcina sengthule nami.Kuze kube ima nje
usahlezi endodeni ngicela ukubuza ukuthi mina
ngaba wrong yini ngokugunda ingane ngoba
phela nami eyami ngyaythanda kungiphatha
kabi ukuybona isezinhlungwini,uma kungukuthi
ngaba wrong ngoxolise kuye.Lomuntu walahlwa
ubaba wakhe nomama wami washona ngo2008
ngzobhala umatric ngasala nezingane zakwethu
imina omdala ngibakhulisa kanzima ngoba
nobaba waslahla kanjalo kodwa lengane ingenza
njena
Ngyaxolisa ngokwelula ngicela ungazise uma
usupostile.
Grizza
admini wethu, ngicela ufihle,ngilenkinga lana
kylontombazane engithandana laye"and
unginikeza inkinga ku communication njalo
uhlala elama fon #.esikhwameni sakhe
nxangisithi ngiyabheka lezi # Ngithole ukuthi
ngezikababommncane wamii and yensa ubethi
ngezomlungu wakhe abazani lalobaboncane and
what do i do coz i suspect
ukuthiusemqomileand yena uyala ufisaa lokuthi
ngiyombonisa lomuntu ngiphelelwe bakwethu do
i have to move on lalomuntu,"? sizani bo
ngisenkingeni.
Grizza
Hie admin nebandla
Ngicela ungifihle
Ngifuna ukushela intombi kuwasap koda angazi
ngiyiqalephi bandla ngiyithanda okubuhlungu
koda angazi ngiyoyishela kanjani
Grizza
plz help ngeziduko zamazangwa zonke bethu.
Grizza
Ngicela ungifihle mft kungaveli ngisho umunwe.
Ungazise uma usupostile pls admin .Nginenkinga
bakithi ake ningisize boh,ingabe kwenziwa yin
ukt umunt wesifazane angashelwa nje sanhlobo?
Angimubi ft angimuhle kodwa
ngyabukeka,ngiyazilungisa nje ngigqoke smart n
clean bt inkinga yami nje angishelwa.
sengineminyaka emithathu manje lutho izesheli.
Sengibekezele umunt wami noma ebheda
ngenxa yokuthi ngisaba ukt angeshelwa
ngizovele ngingabi namuntu uma ngimyekela.
Sizan bakithi kmele ngenzen ukuze bangibone
nami abantu besilisa?
Grizza
Ngibingelele ekhaya. Ngidinga usizo bangane, ngihlala nomama nostepfather. Umama ukhulelwe isisu salobaba 9 mnths. Inkinga yami ukuthi akasangithandi uma. Angazi noma yileso sisu or yini. Mina ngicabanga ukuthi akasangifuni vele emzini wakhe. Ngenzenjan bakithi ngoba ngisaseskoleni and mangingahamba ngizoyaphi.
Grizza
Pliz post en hide my nym. Am a young beutiful man aged 22. Am looking for a partner aged between 25-50 a man also. I want to get maried now coz am tired of ukudlalwa. If anyone is interested pliz drop ur numbers and i will call u. Thnk yu.
Grizza
Pliz hide me. I fell in luv with a man and
sisathandana lobhudi wasuka wahamba kweyinye
indawo ,kwahlala five yrs singabonani ,i cldnt get
him of mind ,i looked for his contact details
ngamdinga ngamthola,the problem is ma
ngikhuluma naye uthi uyangithanda but akazi
ukuthi uzobuya nini ekhaya and mna lento its
killing me inside,i really luv this guy ,i still have
his photos ezakudala ,the exact date esahlukana
ngayo,i dnt want to be far away from him
anymore cauze im not happy,ngihleli ngishaywa
likhanda juss thinking of him,pliz help.
Grizza
ADMIN
plz hide my name.
Am a lady age 28 iv dated wit dis guy for almost 2
years now. We stay togeda. afta 6 months
sithandana he told me unomama wabantwana
bakhe uhlala e cptwn thina sihlala e pta. I ddnt
break up wt him cz ngimthanda nami. On 31 of
decemba i went thru his fone on whatsapp n i
saw invitation pictures athumele abantu fr his
wedding on valentines day. End of January he
told me uyakhaya to check abantwana. Uzobuya
month of February. He calls me evry now n then
njengoba esekhaya. I checkd his brother,s
account on Facebook i saw wedding pictures
zakhe. I really luv him. Angaz ngenze njani.
Grizza
Pls hide
My admin omuhle bengicela uncedo lwakho .
Bengathanda ukuthola intombi la kule page lakho
sekuyisikhathi ngi single nw its tym ngizitholele
intombi nami . Bengicela intombi at the age of 21
- 33 ngeminyaka mina ngina 29year I'm from jozi
eSoweto I can b happy if she is around jozi
ngitholakala ku watsapp 071 64777 24 or BBM
2956907C ngiyabonga let me knw wen posted.
Grizza