Umgosi Wase Africa

  • Home
  • Umgosi Wase Africa

Umgosi Wase Africa 🙏❤️Help Us Reach 1M Followers❤️🙏

07/11/2024

Hey❤️

05/06/2024

Hey❤️❤️

22/05/2024

Personal experiences in life are the best teachers.

Amadoda amathathu agasele emzini womuntu afike adubula ugogo wakhona ona 75 washonaAmadoda amathathu 3 agasele emzini wo...
27/04/2024

Amadoda amathathu agasele emzini womuntu afike adubula ugogo wakhona ona 75 washona

Amadoda amathathu 3 agasele emzini womuntu e Ryland afike abuza ugogo wakhona bathe besachaza wavela igogo bamdubula ngentululwane yezinhlavu washona khona lapho bashaya bachitha amaphoyisa ayaphenya

Iphoyisa lidubule intombi yalo phambi kwabazali yashonaE Mamelodi West e Tswane abazali bathe balele ebusuku bezwa kuqhu...
18/04/2024

Iphoyisa lidubule intombi yalo phambi kwabazali yashona

E Mamelodi West e Tswane abazali bathe balele ebusuku bezwa kuqhuma isibhamu ngaphandle balunguza ngewindi babona leliphoyisa leqa udonga lakhahlela isivalo langena endlini ka sisi wangabuza wadedela ngenhlavu kusisi abazali bebuka washonela khona lapho kuthe eseqedile waya e police station wayozinikela waboshwa

Asekhona amadoda angempela noma eseyimvelakancane njengokuwina kwe Kaizer Chiefs koda asekhona ,🤞❤️Lobaba bengigibele Ta...
17/04/2024

Asekhona amadoda angempela noma eseyimvelakancane njengokuwina kwe Kaizer Chiefs koda asekhona ,🤞❤️Lobaba bengigibele Taxi yakhe esuka econgo eringini iye Pinetown ngabo 5:20am ekseni sithe masidlula emathuneni akwaShembe wabona izingane zeskole zamantombazane zila ko 15years wathi ngeke bagibeli kuyasika kumina ngbona iyngane ebumnyameni obunje esgangeni ziyeskoleni Wacela ukuzimela azithathe wazishiya phezulu emtshebheni zithe zifunda eMvaba ,ingichazile leyanto ukbona indoda enozwelo ethi mibuka izingane zisenkingeni ithinteke inhliziyo ngimbuzile isbongo u Driver wathi uDuma Sticker Taxi 603 iyona le ngishuthile we Salute You MR Duma 👏

BAFWETHU KUNE QUANTUM ELILAHLWE NGASE MLAZI HIGH LISTRISHIWE SELIYIGOBOLONDO KTHIWA LASHIWA IBRAKE DOWN LAPHAYA EMINI KA...
17/04/2024

BAFWETHU KUNE QUANTUM ELILAHLWE NGASE MLAZI HIGH LISTRISHIWE SELIYIGOBOLONDO KTHIWA LASHIWA IBRAKE DOWN LAPHAYA EMINI KABHA LILANANJE NGASE GLEBE HOSTELA EMUVA KWASE MLAZI HIGH.

14/04/2024

Bo Mnax mangibambe Sbari wenu ejola ngenzenjani 🙈

Ngabe impendulo enhle yini ukuthi ngijole nami 🤔

14/04/2024

Ba sisi nobhuti bengisacela ningipheni I advise ngithandana nomuntu wesifazane so mina ngina 23 yena una 20 so sinamawele abafana asemancane nje ana 1 years thina sesithandane 2 year's so manjer bengilokhu enza amaphutha aphike so ngalokhu ngimxolela so yena inkinga usengithanda kakhulu yena but Min inkinga Yami selungiphelele uthando angazi ngenze kanjani or ngimtshele ukuthi angisakuthandi or Ngiqhubeke ngibe ngithandana Naye ngibe ngingasamthandi Angaz ngenze kanjani cela umibono yenu

14/04/2024

Engathi kungenzeka ismanga ubone kulunga konke empilweni yakho
Ngegama lenkosi uJESU amen 🙏

14/04/2024

Sanibona❤️🙏

Oluphambili kwiSAMBANEOwesifazane utholwe eshonile ngemuva kokugxuma ebhulohweni waziphonsela olwandleKwenzeke usizi ogw...
07/04/2024

Oluphambili kwiSAMBANE

Owesifazane utholwe eshonile ngemuva kokugxuma ebhulohweni waziphonsela olwandle

Kwenzeke usizi ogwini lwaseNorth Beach ngesikhathi owesifazane oneminyaka engu-27 ubudala elahlekelwa yimpilo yakhe ngemuva kokuziphonsela olwandle ngoMsombuluko.

Impela bekukubi eMajuba TVET College njengoba bekudabuka iTrunk endodeni ngenxa ye Rubber bullet 💔 yonke lento idalwe uk...
06/04/2024

Impela bekukubi eMajuba TVET College njengoba bekudabuka iTrunk endodeni ngenxa ye Rubber bullet 💔 yonke lento idalwe ukuthi abafundi bebefuna ukumudla ephila uBlade Nzimande njengoba bengawutholi uNSFAS‼️

Abokufika ebebezongena kukeli babaleke bashiya IZIMBONGOLO ngesikhathi zibashipheleKuphoqeleke ukuthi amaphoyisa angene ...
06/04/2024

Abokufika ebebezongena kukeli babaleke bashiya IZIMBONGOLO ngesikhathi zibashiphele

Kuphoqeleke ukuthi amaphoyisa angene kwisigadla aqhube IZIMBONGOLO aziyise esiteshini samaphoyisa njengoba ubona ESITHOMBENI , lezimbongolo bezipepenyaka abokufika abangenawo amaphepha okungena kuleli bathe bengabona amaphoyisa akekho otshele omunye buka nabayaahh beshiya isithunzi bazishiya kanjalo izimbongolo zinkemile

Obeya enkonzweni ushayiswe imoto wadlula emhlabeni.owesifazane osemusha iminyaka yakhe engaqinisekisiwe ushayiswe imoto ...
06/04/2024

Obeya enkonzweni ushayiswe imoto wadlula emhlabeni.

owesifazane osemusha iminyaka yakhe engaqinisekisiwe ushayiswe imoto ephaphalazile yeza kuye Ngqo yayobreka ngaye eThekwini ngesikhathi eya enkonzweni , eduze kwesidumbu sakhe kutholakale ibhokisi lika Swidi noma lika Shokoledi owaziwa ngama Easter eggs kanye nezinto zakhe zokugcoba phecelezi (cosmetics)

Abezimo eziphuthumayo ngesikhathi befika endaweni yesigameko bamfice nomndondo wokugcina bathi bayazama ukumhlenga kwanhlanga zimuka nomoya Kantike umndeni wakhe uqinisekisile ukudlula kwakhe emhlabeni uMshayeli ulimale kaabi

Ufe ujuqu obehamba noMshayeli weTruck ngesikhathi uMshayeli ezama ukuwela kujantshi wesitimela sabe sesifikile sashayisa...
06/04/2024

Ufe ujuqu obehamba noMshayeli weTruck ngesikhathi uMshayeli ezama ukuwela kujantshi wesitimela sabe sesifikile sashayisa iLoli saythanqaza le ku R555 phakathi kwe Ohrigstad ne Burgersfort uMshayeli ungozi makhaza.

Uthini uMbono wakho ngoMshado wase Home Affairs obiza u R70 njengoba lezithandani zenzile zivele zaphenduka undabamlonye...
06/04/2024

Uthini uMbono wakho ngoMshado wase Home Affairs obiza u R70 njengoba lezithandani zenzile zivele zaphenduka undabamlonyeni

Address


Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Umgosi Wase Africa posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Shortcuts

  • Address
  • Alerts
  • Claim ownership or report listing
  • Want your business to be the top-listed Media Company?

Share