Ukhozi FM current affairs

  • Home
  • Ukhozi FM current affairs

Ukhozi FM current affairs Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from Ukhozi FM current affairs, Radio Station, .
(6)

Ngane zakwethu nali ithuba eliyiqayizivele lokuzenzela imali from homehttps://bit.ly/3Fz8HsO
15/01/2022

Ngane zakwethu nali ithuba eliyiqayizivele lokuzenzela imali from home

https://bit.ly/3Fz8HsO

This post will outline high-earning methods for making money online quickly in South Africa. Corporations...

Ezingena manje u-Itumeleng Khune angase akhalelwe izembe kuKaizer Chiefs, Imibiko iveza ukuthi i-Orlando Pirates izibhek...
11/01/2022

Ezingena manje u-Itumeleng Khune angase akhalelwe izembe kuKaizer Chiefs, Imibiko iveza ukuthi i-Orlando Pirates izibhekile ngaye. Thola udaba oluphelele ngenzansi ungaze uthi sengithe https://bit.ly/3tifXHk

Kaizer Chiefs to partways with Itumeleng Khune, will he join Orlando Pirates? - Others - operanewsapp

Will Ramaphosa return for a second term? Malema says ‘never’, president says it’s up to ANC structures. What do you thin...
11/01/2022

Will Ramaphosa return for a second term? Malema says ‘never’, president says it’s up to ANC structures. What do you think? Learn more here>>>>https://bit.ly/332t44G

President Cyril Ramaphosa “will never see a second term” as president of the ANC, according...

Ezihamba phambili uNgizwe Mchunu ugeqa amagula ngengoma ehlukanise Unyaka ↓↓↓https://youtu.be/SJCk7b_j820
06/01/2022

Ezihamba phambili uNgizwe Mchunu ugeqa amagula ngengoma ehlukanise Unyaka ↓↓↓
https://youtu.be/SJCk7b_j820

Owayengumsaki woKhozi FM, uNgizwe Mchunu sekhwele wadilika kuKhozi FM njengoba limemezele uDj Hlo njengomculi ohlukanise unyaka u2021

https://youtu.be/SJCk7b_j820
06/01/2022

https://youtu.be/SJCk7b_j820

Owayengumsaki woKhozi FM, uNgizwe Mchunu sekhwele wadilika kuKhozi FM njengoba limemezele uDj Hlo njengomculi ohlukanise unyaka u2021

Ubesesimi emphinjeni uCarl Neihaus - MabeOBEKHULUMELA uMkhonto WeSizwe Military Veterans Association (MKMVA), uMnuz Carl...
11/09/2021

Ubesesimi emphinjeni uCarl Neihaus - Mabe

OBEKHULUMELA uMkhonto WeSizwe Military Veterans Association (MKMVA), uMnuz Carl Neihaus, uthi uzokuphonsela inselelo ukuxoshwa kwakhe ekubeni yilungu ebelisebenzela i-ANC eLuthuli House.

Izolo i-ANC imkhombe indlela uNeihaus kulandela ukushicilela isitatimende esiveze ukuthi abasebenzi be-ANC bazoya esiteshini samaphoyisa beyovulela isigungu esiphezulu sale nhlangano icala ngokukhokhelwa imiholo yabo ngokunjalo nokuhlukumezeka okudalwa ’ubugebengu’ obenziwa abaholi.

UNeihaus ubuye wasihoxisa lesi sitatimende, wabhalela i-ANC incwadi wathi empeleni uyena ozovulela inhlangano icala. I-ANC imphendulile ntambama yambuza ukuthi kungani ezitshela ukuthi inhlangano ngeke ikwazi ukumxosha khona manje.

Inkulumompikiswano yabo iphethe ngokuthi i-ANC iqinisekise ukuthi usexoshiwe eLuthuli House, okuyinto eqinisekisekiwe okhulumela i-ANC, uMnuz P**e Mabe, ekhuluma nabezindaba izolo ntambama.

Ekhuluma kwiNewzroom Afrika, uMabe uthe i-ANC ayisakugqizi qakala ukuthi uNeihaus wake waba yilungu lesigungu esiphezulu nokuthi wayeyisishoshovu esasilwa nokucindezelwa kwabantu kuleli ngoba sekunesikhathi ebukela phansi ubuholi benhlangano obuphethe njengamanje.

“Sidinga ukukhumbuza uComrade Carl ukuthi akasekho kwisigungu esiphezulu se-ANC, ubewumsebenzi we-ANC futhi bekumele aziphathise okomsebenzi. Ngicabanga ukuthi ubuye adideke ngoba wake waba sebuholini...Uke uzwe ngisho ekhuluma, ukhulumisa okumuntu osebuholini. Usezama ukukhuluma ngamalungelo abasebenzi yena manje ekubeni engakwazi ngisho ukusikhombisa imisebenzi aseyenzele i-ANC?,” kubuza uMabe omphonsele inselelo yokuthi aveze ubufakazi bemisebenzi yakhe kwi-ANC.

Uqhube wathi labo abathola umholo kwi-ANC, bahola ngenxa yemisebenzi yabo abayenzela inhlangano, abakhokhelwa ngoba kuthanda i-ANC.

“Usithathaphi isibindi esingaka... sokukhipha isitatimende esimele abasebenzi abangakucelanga ukuthi ukwenze lokho, ekubeni wazi kahle ukuthi nawe ulinde ukuhola kwi-ANC.”

UMabe uthe ngenxa yendlela aziphatha ngayo uNeihaus ubuholi

11/07/2021

Watch Ngizwe Mchunu addressing the nation live in Sandton, Reads more on www.newsrsa.com

11/07/2021

Buka amaphoyisa ezamakubopha uNgizwe Mchunu, kwaMai-Mai

11/07/2021

Buka UNgizwe Mchunu selibangise kwamai-mai

UJacob Zuma uselahlwe icala lokulandeli imithetho yenkantolo yakuleli. Kuthiwa akabhadle ejele izinyanga eziwu15, uthini...
29/06/2021

UJacob Zuma uselahlwe icala lokulandeli imithetho yenkantolo yakuleli. Kuthiwa akabhadle ejele izinyanga eziwu15, uthini umbono wakho kulokhu? Ngabe inkantolo yenze kahle ukubopha lowo owayengumongameli noma yenze kabi?

Isethenjwa esikhulu se-ANC uZweli Mkhize uthi umndeni wakhe suvumile kuthi kumele ikhokhwe yonke imali abayibhushiri ngo...
09/06/2021

Isethenjwa esikhulu se-ANC uZweli Mkhize uthi umndeni wakhe suvumile kuthi kumele ikhokhwe yonke imali abayibhushiri ngokungekho emthethweni. Umashaba sephumele obala ngokuthi uMkhize akaboshwe wena uthini kulolu daba? www.newsrsa.com

UMkhize ukhala ezimathonsi ngokumiswa kwakhe ngoba ethi lokhu kweziwe ngenhloso yokumuvimba kuze engakwazi ukungenela um...
08/06/2021

UMkhize ukhala ezimathonsi ngokumiswa kwakhe ngoba ethi lokhu kweziwe ngenhloso yokumuvimba kuze engakwazi ukungenela umbango wokuba umengameli we-ANC. Kuthini kuphawula kwakho ngalokhu?

https://bit.ly/2Sd2Y9I

According to the report, Zweli Mkhize is said to be disgruntled by the manner in which his colleagues in the ANC have dealt with the Digital Vibes scandal. Analysts say it is unlikely that he will …

08/06/2021

Umongameli wakuleli uCyril Ramaphosa usemise lowo ongumpathiswa wezempilo uZweli Mkhize. Funda kabanzi ngalolu daba Ku www.newsrsa.com

Abatsakatsi eSwatini bathumele ikatielimnyama lakweba amalungu ePhalamende.Abatsakatsi baseSwatini abangafuni ukuthilela...
06/06/2021

Abatsakatsi eSwatini bathumele ikati
elimnyama lakweba amalungu ePhalamende.
Abatsakatsi baseSwatini abangafuni ukuthi
lelazwe libuswe ngentando yeningi
bathumele ukati elimnyama lahlakaza
iPhalamende kaLobamba. Livele lavumbuka
ngaphansi kwetafula lakhulumisa okomuntu.
Yebo mnawa yenine majaha idemokhrasi
yani le nifunako hhe? Niyadzakwa kutabusa
Mswati la. Kute democracy eSwatini kute"
Kusho lona libakwebha bebaleka. Lelazwe
linabatsakatsi abangu 80 000. Kute
democracy eSwatini kute.

Lona ubaba uZikalala ipremiur yaKwaZulu Natal. Kusolakala ukuthi umhlonisha lapha ubethi untshontsha amakhaza njengosiko...
06/06/2021

Lona ubaba uZikalala ipremiur yaKwaZulu Natal. Kusolakala ukuthi umhlonisha lapha ubethi untshontsha amakhaza njengosiko lukakhongolose ukuntshontsha kwasani kodwa ngeshwa kubikwa ukuthi amakhaza avele amngena mawala unumzane Zikalala. Amququda waze wamfishane ngekani. Kuthiwa uzwakale edemelizer ethi "Yabona amakhaza aseNquthu angamasellout"

I-EFF isidlulise amazwi enduduzo ngokulahlekelwa inceku kankulunkulu ebishumayela ivangeli ingesabi ubaba Prophet TB Jos...
06/06/2021

I-EFF isidlulise amazwi enduduzo ngokulahlekelwa inceku kankulunkulu ebishumayela ivangeli ingesabi ubaba Prophet TB Joshua

Only in Africa
06/06/2021

Only in Africa

Ezingena manje, umfundisi wodumo uTB Joshua waseNigeria akasekho emhlabeni. Umprophet waduma kakhulu ngesibhichongo soku...
06/06/2021

Ezingena manje, umfundisi wodumo uTB Joshua waseNigeria akasekho emhlabeni. Umprophet waduma kakhulu ngesibhichongo sokudilika kwebandla lakhe eNigeria okwashiya abakuleli belahlekelwe amalunga emindeni yabo eyayivakashe khona eNigeria.

Umprophet bekade aziwa kakhulu ngokukhuluma inhliziyo kankulunkulu nokugila izimanga ama-miracles.

Sithi dude kwabondeni ekhaya nasebandleni.

01/06/2021
21/05/2021

Noma Gigaba back to the state capture follows being taken out by the security force

Reads more on NewsRSA.com

21/05/2021

Noma Gigaba back to the state capture follows being taken out by the security force

Ukhozi FM current affairs live now

20/05/2021

Ukhozi FM current affairs live now

Ukhozi FM current affairs live now

18/05/2021

Ace Magashule addresses Zuma supporters. Reads more on NewsRSA,com

Ace Magashule addresses Zuma supporters. Reads more on NewsRSA,com

21/04/2021

Uthini umbono wakho ngabafundi ababulalana ezikoleni?

Address


Alerts

Be the first to know and let us send you an email when Ukhozi FM current affairs posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Videos

Shortcuts

  • Address
  • Alerts
  • Videos
  • Claim ownership or report listing
  • Want your business to be the top-listed Media Company?

Share