ZamaHlubi Media House

  • Home
  • ZamaHlubi Media House

ZamaHlubi Media House Contact information, map and directions, contact form, opening hours, services, ratings, photos, videos and announcements from ZamaHlubi Media House, Media/News Company, .

Impelasonto incane  kodwa khona umuntu osalele ngaleskhathi.... Hai bo uSaliwa ukhiphile. Nilaleleni????
14/09/2024

Impelasonto incane kodwa khona umuntu osalele ngaleskhathi.... Hai bo uSaliwa ukhiphile. Nilaleleni????

The moment we have all been waiting for has just arrivedINGOMA THE MUSICAL 2024 HIT THE STAGE ON:26 October - Springs Th...
12/09/2024

The moment we have all been waiting for has just arrived

INGOMA THE MUSICAL 2024 HIT THE STAGE ON:

26 October - Springs Theatre
02 November - Johannes Stegmman Theatre

Get ready to enjoy an experience of a lifetime

Ayibadle
04/09/2024

Ayibadle

Namhlanje ngizikhiphe zonke ezami. OmelisizweUmayekisauNdoniuSaliwa Zidlala kuMpucuzeko
17/08/2024

Namhlanje ngizikhiphe zonke ezami.

Omelisizwe
Umayekisa
uNdoni
uSaliwa

Zidlala kuMpucuzeko

Just because we haven't been updating here, it doesn't mean we haven't been working. Just look at the projects we were b...
19/08/2023

Just because we haven't been updating here, it doesn't mean we haven't been working. Just look at the projects we were busy with recently...

Ingoma eza noSaliwa... Ngiyasaba ngempela... It's a WOW...
26/07/2023

Ingoma eza noSaliwa... Ngiyasaba ngempela... It's a WOW...

24/09/2022
19/08/2022

As ZamaHlubi Media House we had a pleasure of working with i-Ndwedwe Perfect Boys... and their project is coming out this Weekend 20- August 2022...

We've been more focus on Music Registration and distribution that we neglected this child but look she keeps growing on ...
12/07/2022

We've been more focus on Music Registration and distribution that we neglected this child but look she keeps growing on her own... Well done ZamaHlubi you now have 10 000 subscribers.

Sizama ngokusemandleni ukuthi umsebenzi wamaciko ufinyelele kuzo zonke izindawo ngokusemthethweni...  Befike osomathuba ...
15/04/2022

Sizama ngokusemandleni ukuthi umsebenzi wamaciko ufinyelele kuzo zonke izindawo ngokusemthethweni... Befike osomathuba bezitapele... Asidlali ke lapho sishaya kubole...

Baphi nje o-Maskandi RSA za... baphi nje Phakade TV channel...



Sekunjalo futhi... Isiphende yahlaba futhi eyaseMpangeni, kungekudala umsenzi kaSaliwa uyaphuma... lindela wethu...
23/03/2022

Sekunjalo futhi... Isiphende yahlaba futhi eyaseMpangeni, kungekudala umsenzi kaSaliwa uyaphuma... lindela wethu...

Sizama ngokusemandleni ukuthi uCothoza ungasali ngaphandle kule 4th industrial Revolution... Eminye imiculo kade yashiya...
25/02/2022

Sizama ngokusemandleni ukuthi uCothoza ungasali ngaphandle kule 4th industrial Revolution... Eminye imiculo kade yashiya phansi indaba ye-CD ngisho nozakwethu okungumculo ka-Maskandi nawo usendleleni uyalishiya i-CD. Sibonile emalangeni adlule inkampani enkulu ebigaya wona- Ama-CD ivalwa. Kuyasiphoqa nathi njengabathandi bomculo wamanono ukuthi sisondele kuwo njalo lama-Digital Stores.

Ngakhoke ukuze sigqugqumezele amaqembu ukuthi awufake umculo kuma-Digital Stores nathi kwamele sidlale indima yethu ngokulalela umculo ezitolo ezisemththweni. Lezitolo ezibalwe lapha ngaphansi yizo ezisemththweni. Kanti lezi ezingabo Tubidy, Mp3 juice, Fakaza kanye nezinye zidla amandla abaculi/Emaqembu. Siyaninxusa bathandi bomculo wamanono sicela senze okuyikho ukuzi namaqembubethu azihlomula nawo.


Umbalo usho kanje.... Indaba ye-CD ayisekho ngiba ngisho uthenga imonto entsha extols ayisaphumi ne-CD player. Ngamafuph...
22/02/2022

Umbalo usho kanje.... Indaba ye-CD ayisekho ngiba ngisho uthenga imonto entsha extols ayisaphumi ne-CD player. Ngamafuphi we are forced to go Digital.

Bakhona abafisa ukuxhasa amaciko abo ngendlela esemthethweni kodwa inkinga abazi ukuthi lokho bakwenza kanjani. . .

Ngizoza nohla lezitolo ezisemthethweni ongaxhasa kuzo iciko lakho....

Address


Website

Alerts

Be the first to know and let us send you an email when ZamaHlubi Media House posts news and promotions. Your email address will not be used for any other purpose, and you can unsubscribe at any time.

Videos

Shortcuts

  • Address
  • Alerts
  • Videos
  • Claim ownership or report listing
  • Want your business to be the top-listed Media Company?

Share